Isgubhu歌词由MrPrincipal THE BheleTronik演唱,出自专辑《Isgubhu》,下面是《Isgubhu》完整版歌词!
Isgubhu歌词完整版
Yah, lalela la
Sthe we Striving for excellence PS Richmond Entertainment
Yeah, kse I kwaito uybizi Qhom mowthanda nom I classic
Kukwena, kodwa besithi nje sizshayel I Beat, kanti asboni ukuthi kvele kwaba I hit hehehehee
Oth Sgqilaze ngesgubu kuze kuse eksen eh, phela
Sizwe le beat sase sdedela le heat , hhah
Vele le number I nokbavuse kfen eh
Masfika e ma clubbini abasfune mathikithi
Othi sgqilaze ngesgubu kuze kuse eksen eh, phela
Sizwe le beat sase sdedela le heat
Vele le number I nokbavuse kfen eh
Masfika e ma clubbini abasfune mathikithi
Asgudle
I'm on the same project ngsadlalisi ikhono
Kwon wonke ama sockets, Ksabalal umqondo
Khali lord short njenge shirt elngena mkhono
Ngkhiphi track ehlanzekile ngathi ingane engenasono
I'm a clean cat hhay ngoba ngzenza ngcono so
Mangena phuma, khokho la jomo Sono
Ngabe klumi ndlebe manje ine ygonogono
Ingakho nghlafaza kwasani ngathi ngi drive impolompolo
Ngbuki ksasa eduze ngathi ngilfakeli zpopolo, ngoba
Ngagawula ngabeka amaflow agcwelu mphongolo
Wena unentencane ngathi umsima we mbongolo ma
Usaphika nami uzolamb ' ugcine udla umghobholo
Ngkhipha ma hiti, sonto ne sonto
Khlale khlonyiwe kphethwe ubhoko nomkhonto
I number ikhale fonini ngathi mali yeholo
Kanti skills snyuka njalo ngathi ama price e stolo
Oth sgqilaze ngesgubu kuze kuse eksen eh, phela
Sizwe le beat sase sdedela le heat , hhah
Vele le number I nokbavuse kfen eh
Masfika e ma clubbini abasfune mathikithi
Othi sgqilaze ngesgubu kuze kuse ekseni, phela
Sizwe le beat sase sdedela le heat
Vele le number I nokbavuse kfeni
Masfika e ma clubbini abasfune mathikithi
Yeah, yeah come on , asambe yah
Niyapheka nyathulula thina sqobele bhodweni
Kdlala nale ngom 'ezokthath ikbeke ndaweni
Ugijim I kilometre from Magoda to Ndaleni
Sizoknika konke engakhali ifel embelekweni
Uma ufun' izinto zlunge kmelu qine mthandazweni
Izinto zikbhedele utholakale mathuneni
Sikbambe ngamaphiko ngobu ndizele maweni
Abanye benu bazosfela ngoba shlala sisenatheni
Akekho ongaboni ukuthi I PS isazomosha
Sbambeni ksenanje nisakwazi nokusthola
Ngoba sisazoba busy ama bookings asazo coster
Sigcwele zindongeni sebesenze nama poster
Sdlala kahl amakhad'ethu ikona besbiza ngo jocker
Nale beat ibelesele u number 11 kamkhelele
Hlala ngentombi soqhubeka sikdlalele
Umfoka Dlamini u Zola 7 uma zphelele
Oth sgqilaze ngesgubu kuze kuse eksen eh phela
Sizwe le beat sase sdedela le heat , hhah
Vele le number I nokbavuse kfen eh
Masfika e ma clubbini abasfune mathikithi
Othi sgqilaze ngesgubu kuze kuse eksen eh, phela
Sizwe le beat sase sdedela le heat
Vele le number I nokbavuse kfen eh
Masfika e ma clubbini abasfune mathikithi