Impilo歌词由C-hle演唱,出自专辑《Ngixolele》,下面是《Impilo》完整版歌词!
Impilo歌词完整版
bengicela sizijwayeze ukuthandaza
ngoba lempilo siyi bolekiwe
bengicela sizijwayeze ukuthandaza
ngoba lempilo siyi bolekiwe
kodwa ungakhohlwa ukuphila
uze ufunge ukuthi uyiphilile
kodwa ungakhohlwa ukuphila
uze ufunge ukuthi uyiphilile
ngiyathemba ukuthi ujabulile lapho ukhona
ngiyathemba ukuthi ujabulile lapho ukhona
kodwa ungakhohlwa ukuphila
uze ufunge ukuthi uyiphilile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
hamba juba
hamba juba
hamba juba
bayokucutha phambili
hamba juba
hamba juba
hamba juba
bayokucutha phambili
iyi iyi
bengicela sizijwayeze ukuthandaza
ngoba lempilo siyi bolekiwe
bengicela sizijwayeze ukuthandaza
ngoba lempilo siyi bolekiwe
kodwa ungakhohlwa ukuphila
uze ufunge ukuthi uyiphilile
kodwa ungakhohlwa ukuphila
uze ufunge ukuthi uyiphilile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
noma bekukhubile wazi ukuthi uzenzile
hamba juba
hamba juba
hamba juba
bayokucutha phambili
hamba juba
hamba juba
hamba juba
bayokucutha phambili
iyi iyi