Amaphiko歌词由Sjava&Saudi演唱,出自专辑《Isibuko (Explicit)》,下面是《Amaphiko》完整版歌词!
Amaphiko歌词完整版
Ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
Umuntu wakho ungazi umiseleni ngawe
Ungasheshi ushaye amaphiko othandweni umuntu wakho ungazi ukuthi uhleleni ngawe
Uzothi uthatha intozakho wena uyaphuma uyamba awusabuyi
Uze ufike emnyango ungavinjiwe
Uzothi uthatha intozakho wena uyaphuma uyahamba
Uze ufike emnyango ungavinjwe
Uyobona lapho ukuthi akusizi ukuduba
Kodwa ube ungancengiwe
Uyobona lapho
Ukuthi akusizi ukuduba kodwa ube ungancengiwe
Why ungibuza ukuthi I won’t fight for you
uwena othe langaphandle khona abancono
Mina I don’t deserve you
Manje ungifonela udakiwe ngabo 3 ekseni
Ujuthwa usummer walker
Uyangthuka ufuna silwe sorry i dont need that energy
No woman no cry woman no cry
Ngidlala uBob marley on repeat peace
Ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
Umuntu wakho ungazi umiseleni ngawe
Ungasheshi ushaye amaphiko othandweni umuntu wakho ungazi ukuthi uhleleni ngawe
Uzothi uthatha intozakho wena uyaphuma uyahamba awusabuyi
Uze ufike emnyango ungavinjiwe
Uzothi uthatha intozakho wena uyaphuma uyahamba
Uze ufike emnyango ungavinjiwe
Saudi
I will never fight you ngeke ngik’vimbe
I really hope uncono ke lomtholile
Akafani nami fani nami
Akafani nami
Fani nami
How am i at fault wuwe okhethile
Ngizobe ngikulandelelani
Its not like ungimemile
Nge’ngikhone I can’t
Argue nawe ngeke ngilunge
Sisi uzoziphikisa uze ukhathale angikho lapho
Ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
Umuntu wakho ungazi umiseleni ngawe
Ungasheshi ushaye amaphiko othandweni umuntu wakho ungazi ukuthi uhleleni ngawe
Uzothi uthatha intozakho wena uyaphuma uyahamba awusabuyi
Uze ufike emnyango ungavinjiwe
Uzothi uthatha intozakho wena uyaphuma uyahamba
Uze ufike emnyango ungavinjiwe
I am not a player ngine habit Yokushela
Nge’ngikhone ukuk’khalela
I will be on to the next one
Calm down ukhalelani
Nayi iTwinsaver
I am not gonna save you
Zama ipolice station
Hhay ukuthi angikufateli
Ukuthi angik’ncengi
Who gonna replace me
Ngiyakutshela i am not asking