Kube ngangazi歌词由Sjava演唱,出自专辑《Isibuko (Explicit)》,下面是《Kube ngangazi》完整版歌词!
Kube ngangazi歌词完整版
Ngaphoxa abazali badumala mabethola ukuthi ngikhulelwe
Mabengibuza ngawe ekhaya kwabanzima ukubatshela ungbalekele
Baba nomama ngicela uxolo umkhohlisi ungkhohlisile
Intandane enhle umakhothwa unina kumele ngiqine mtanami ngikhulise
Chorus
Kube ngangazi
Kube ngangazi mina
Ngangingeke
Ngik’nike ubuntombi bami
Kube ngangazi
Kube ngangazi mina
Ngangingeke
Ngik’nike ubuntombi bami
Wuye lo umtanakho usekhulile uyambona useyintombi engakanani
Ezimnandi ukuthi uyasebenza futhi uyangnakekela mangingakhala ngabe ngiqamba amanga
Ezibhlungu ukuthi emoyeni akeneme neze
Uhlale kethikuthele enolaka
Mangimbuza ngomkhwenyane akaphenduli uvele anxaphe athi yena akafuni ukgana
Mama amadoda mina ngiyawazonda ayizinja
Ubaba wathi uyasthanda kodwa ekugcineni wasishiya
Manje ngidlala abafana ngihambe ngshayisa
Ngoba ngifuna uthando elzivala iskhala sababa
Kubhlungu
Ngzothanda kanjani uthando ngingalwazi ngikhula
kubhlungu
Uthi konke akwakhayo kuyabhidlika
Kungenxa yakho