Inhlonipho歌词由Sjava&Mzulu Phaqa&Webmoms演唱,出自专辑《Isibuko (Explicit)》,下面是《Inhlonipho》完整版歌词!
Inhlonipho歌词完整版
Ngikhumbula ngisemncane
Mina ngiseyingane
Ugogo engiyala ethi wemtanami
Inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
Manje sengimdala ngiphila ngayo leyo myalo leyo
Inhlonipho iyokvulela imnyango emningi evalekile
Umthandazo
Uyokukhanyisela makumnyama ulahlekile
Khadja nin sambolera
We can’t stop the War
Singathandazanga
Siyaklwebhana
Ashloniphani
Kwadlamini ngiyakhumbula
Ngingenandawo yokulala
Bathi kimi lasekhaya fudumala
Babengeke bangisize kube ngangingahloniphi
Ngabona lapho ukubaluleka kwenhlonipho
Nokuthi kuningi ongakzuza ngenhlonipho
Ngoba nakudala emandulo omkhulu babeyibeka phambili inhlonipho
Ngikhumbula ngisemncane
Mina ngiseyingane
Ugogo engiyala ethi wemtanami
Inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
Manje sengimdala ngiphila ngayo leyo myalo leyo
Inhlonipho iyokvulela imnyango emningi evalekile
Umthandazo
Uyokukhanyisela makumnyama ulahlekile
Umama wami mina wangifundisa ukuthi ukuguqa ngedolo nokuzehlisa,
nokum’ lalela mayengibonisa,
yiwona wodwa umuthi lowo olapha zonke izinkinga.
Umama wami wathi “mntanami njengoba kubhaliwe encwadini kaExodus 20, hlonipha uYihlo, yazisa Unina ukuze izintsuku zakho zande ezweni.”
And noma ngabe yibo aba-wrong,
funda ukuxolisa.
Vuma iphutha lakho mawubhedile,
musa ukuphikisa.
Look into the mirror and say it starts with me now.
Funda ukuhlonipha.