Ubuhle bendalo歌词由Sjava演唱,出自专辑《Isibuko (Explicit)》,下面是《Ubuhle bendalo》完整版歌词!
Ubuhle bendalo歌词完整版
Impilo yasedolobheni inok’vala inqondo
Ngiyajabula ukuba sekhaya ngibuke ubuhle bendalo
Imfula namagquma konke kunomlando
Kuletha ukuthula kuthoba inhliziyo
Ngikhohlwa ukuhlupheka
Nenkinga zomhlaba
Ngikhohlwa ukuhlupheka
Nazo zanke inkinga zomhlaba
Ngikhumbula
Sisakhula
Njengamathole
Sitshakadula
Nabazali bethu babesekhona
Singakazi ukuthi impilo iyoke isbeke laskhona
Impilo ayikho lula emazweni lasizama khona
Uthando nenjabulo kulapho esazalwa khona
Asambeni siyemakhaya
Siyokhothwa idlozi
Siphinde sibuye sozama
Asambeni siyemakhaya
Siyokhothwa idlozi
Siphinde sibuye sozama