Ubongifonela歌词由Ntokozo N演唱,出自专辑《Ubongifonela》,下面是《Ubongifonela》完整版歌词!
Ubongifonela歌词完整版
Sthandwa sami celukububong' fonela
Kodwa yekela koza mina lapho ngizokbheka
Sthandwa sami celukububong' fonela
Kodwa yekela koza mina lapho nuizokbheka
Ngob' inhliziyo yami
Ngob' inhliziyo yami darl we
Ayvumi ngilale mina ngingakbonanga
Ngob' inhliziyo yami
Ngob' inhliziyo yami darl we
Ayvumi ngilale mina ngingakbonanga
Sthandwa sami ngicelukububong' fonela
Kodwa yekela koza mina lapho ngizokbheka
Ngob' inhliziyo yami
Ngob' inhliziyo yami darl we
Ayvumi ngilale mina ngingakbonanga
Sekuyala darl, sekuyala darl wameee
Lasho lahlomizulu
Lasho lahlomizulu lavooo
Funukung'vimba mma
Funukung'vimba darl wamee
Linamanga darl, linamanga ngeke lize lilunge
Imbalenhle darl iba yinhle ngoba beynisela
Nalothando darl ukuze lukhule mele snakekele,
Ngyacela darl ngiyacela darl ungabalaleli
Lolu olwethu darl akulona olwabo darl wamee
Noma ngabe kunabathakath noma ngabe kunezitha ungazilaleli ungowami darl ungowami darl wamee
Sthandwa sami ngicelukube ubongfonela
Kodwa yekela koza mina lapho ngizokbheka
Sthandwa sami ngicelukube ubongfonela
Kodwa yekela koza mina lapho ngizokbheka
Ngob' inhliziyo yami
Ngob' inhliziyo yami darl wee
Ayvumi ngilale mina ngingakbonanga
Ngob' inhliziyo yami
Ngob' yinhliziyo yami darl wee
Ayvumi ngilale mina ngingakbonanga
Vel' asiyona imali ngeke basthande bonke darl, bazokhuluma abanye basibeke kab darl bakhulume abanye basibeke kahle darl.