Dlala歌词由Anzo演唱,出自专辑《Dlala》,下面是《Dlala》完整版歌词!
Dlala歌词完整版
DLADLA
[Chorus
Bakbona umpunga nje usugugile/
Washwabana bacath' abantu ukhubazekile/
Bathi for ukunyakaza ukhulile/
This is for ababethi awusophinde nje ujike/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlala/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlaaala/
[Verse 1
Bacathi wena ungawa kalula kanje/
Abazi ukuthi from kdala ubulala nge dance/
Bacathi wena umdala kakhulu for iDance/
Kanti akuyi ngemnyaka la baba k'khulum' izenzo/
Maybe bathi ningotamatisi njengabo/
Kanti cha nikhule nihlakula amasimu neyingadi/
You had to learn ukuqwala intaba useyingane/ kulaba kuyehla makmele aqwale kthiwa useyingane/
Ukuqina kwemzimba nje angeke kulingane/
Amasotsha emzimba awalobolene awuyena umlingani/ ukufika kulel zinga nje akyon inkinga/ inkinga nicathi indlela yethu yokuphila iyona inkinga/
Bathi esenu sindlulile manje iskhathi sabo/
Kodwa ngibona bebhizi balokhu bachitha iskhathi sabo/
Bazam ukukzwela mawuthi azithathane/
Ngicel ungabanaki wena enjoy iskhathi sakho/
[Chorus
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlala/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlaaala/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlala/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlaaala
[Verse 2
Ingane mangazwa ukuthi uya mover/
Ziyathuka mawushona phansi zicathi uzophuka/
Azazi ukuthi nasokhalweni uLoose/
Zikfihlela iRedbul cathi iphika lizovuka
Ungaphuka njani uJaivela uMiriam Makeba/
Ungakhathala njani unyakazela uHigh Masekela/
Ungaguga njani for uLucky dube uyabheda/
Uqina njani ulalela abantu abafana no Brenda /
Ngyamangala ngizwa kuthulekile/
Ngengane ecabanga ukuthi waguga sowuyisehluleki/
Nam angazi iyoze ifikephi/
Lento yokwenza engathi waguga empilweni sowuyimpelesi/
Aniyek abantu abadala bezidlel iLife/
Ukuthi umdala akusho ukuthi kmele uhlezi uSerious/
Yebo ukhulile but akusho ukuthi ngeke ukwazi/
Ukunyakaza ubonise intsha ukuthi la kuwe igcwele I-life/
[Chorus
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlala/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlaaala/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlala/
Dlala ntombendala dlala/
Dlala nsizwendala dlaaala
(Contributing Artists: Anzo & Vuyo Manyike)