Igumbi Lo Anonymous (Explicit)歌词由IDARK’ELIHLE演唱,出自专辑《Igumbi Lo Anonymous (Explicit)》,下面是《Igumbi Lo Anonymous (Explicit)》完整版歌词!
Igumbi Lo Anonymous (Explicit)歌词完整版
Ngibhala lencwadi encane,
Ngiyilobela idark'elihle,
Sengithembe wena mfan'omncane,
Masiza ngitholele umunt'ozongisiza.
Uzongixolela Mama wam,
Ngisemfushane impela ezweni,
Futhi kanginawo amandla ngingasiza ukukuxhumanisa nabadumile,
Mina ngihlushwa yiyo lendaba,
Weee Minenhle wakwaNgubane,
Cel'ungilobele ekhasini lakho ngoba wen'udumile,
Mhlamp kuyobalula bekuzwe,
Abantu.
Backings
"Umuntu mayedumile,
Umuntu mayedumile,
Umuntu mayedumileeee,
Engayekis'omunye ukuzibulala.
Kunomama owayehlez ekhala efisa nokuzibulala,
Wanele wezwa uSfiso Ncwane washiya phansi ukuzibulala×2,
Kunobaba owayehlez ekhala efisa nokuzbulala kdw wanele wezwa indidane yabantu washiya phansi ukuzibulala.